Izithombe Zezinga Eliphakeme, Amavidiyo Nokunyatheliswayo

Kalula nje thuthukisa ibhizinisi lakho nomaphi nge-PosterMyWall!

Amadanilodi Edijithali

Ufuna ukuzinyathelisala? Ungadaniloda isithombe samahhala sezinga elivamile bese uzinyathelisela sona. Sifanelekela amaflaya. Noma, ngenani elphansi ungadaniloda izithombe zezinga eliphakeme ongazinyathelisa esitolo sokunyathelisa osithandayo.

Okudanilodwayo kwamaphosta namaflaya kuyatholakala njenge-JPG, PNG, namafayela e-PDF. Ikhwalithi yefayela lesithombe ingafika naku-3600 wamaphikseli, futhi singanyatheliswa kuze ube ku-8x12. Ifayela Lekhwalithi Yephosta yesithombe ifanekela ukunyatheliswa kuze kube ngu-8 feet.

Sinawo wonke amasayizi emifanikiso yokudumile emithonjeni yezokuxhumana. Ungakhetha ikhwalithi evamile yongakudaniloda mahhala, noma uthuthukele ezithombeni zekhwalithi enhle ngenkokhelo encane. Okudanilodwayo kwemifanekiso yemithombo yezokuxhumana kutholakala ngamafayela e-JPG/PNG.

Ifayela le-PDF elinyathelisa iphosta yakho khasini lencwadi kasayizi 16 nalo likhona. Nyathelisa iphosta enkulu usekhaya!

Amasayizi
  • Ikhwalithi Yewebhu
  • Ikhwalithi Yesithombe
  • Ikhwalithi Yephosta
Intengo

Amavidiyo e-HD Egcwele

Kalula nje yenza amavidiyo azokhanga abalandeli bakho emithonjeni yezokuxhumana, engosi noma ozobukisa ngawo esitolo. Daniloda imiklamo yamavidiyo akho njengamafayela wevidiyo ye-HD Egcwele noma ngama-GIF anyakazayo.

Sikwenza kube lula ukukhulisa nokujuba amavidiyo akho ukuze ahlangabezane nemikhawulo yemithombo yezokuxhumana.

Amasayizi
  • 4K
  • Full HD
Izinhlobo
  • MP4
  • GIF
Intengo

Amaphepha Esithombe Esinyatheliswayo Angawodwa

Khetha kumasayizi ahlukahlukene afanelana nezidingo zakho. Izithombe zinyatheliswa ephepheni elihle nelinesikhumba seqinile esenza okunyathelisiwe kwezinga eliphakeme kuhlale isikhathi eside. Izithombe zakho zezinga eliphakeme zizoba zinhle, ngisho nakumasayizi angu-3 feet ukuphakama.

Okunyathelisiwe kuthunyelwa e-US kuphela. Amakhasimende angaphandle kwe-US angathenga okudanilodwayo kwezinga eliphakeme.

Amasayizi
  • 8x12”
  • 12x18”
  • 20x30”
  • 24x36”
Intengo

Inqwaba Yamaflaya Namaphosta

Iphakethe lwezingu- 25, 100, noma 1000 zokunyatheliswayo kombala wezinga eliphakeme kwikhava ye-100lb ecwebenzelayo, iphostikhadi lezinga eliphakeme njengephepha. Zifanelekela amaflaya, amasheduli eqembu namabhrosha.

Okunyathelisiwe kuthunyelwa e-US kuphela. Amakhasimende angaphandle kwe-US angathenga okudanilodwayo kwezinga eliphakeme.

Amasayizi
  • 4x6”
  • 7.33x11”
  • 12x18”
Intengo

Inqwaba Yamaflaya Namaphosta Azinhlangothi Zombili

Iphakethe lwezingu- 25, 100, noma 1000 zokunyatheliswa nhlangothi zombili zombala wezinga eliphakeme kwikhava ye-100lb ecwebenzelayo, iphostikhadi lezinga eliphakeme njengephepha. Zifanelekela amaflaya, amasheduli eqembu namabhrosha.

Okunyathelisiwe kuthunyelwa e-US kuphela. Amakhasimende angaphandle kwe-US angathenga okudanilodwayo kwezinga eliphakeme.

Amasayizi
  • 7.33x11”
  • 12x18”
Intengo

Okokunameka Ebondeni Okungakhishwa

Imifanekiso yezinga eliphakeme enyatheliswe oqwembeni lwe-Photo Tex™ nasendwangwini yokunamathele okungasuka. Ingalungiswa noma isuswe kalula ngaphandle kokushiya ibala noma umonakalo ebondeni. Itholakala ngoqwembe olumhlophe nolumbashile kuphela.

Okunyathelisiwe kuthunyelwa e-US kuphela. Amakhasimende angaphandle kwe-US angathenga okudanilodwayo kwezinga eliphakeme.

Amasayizi
  • 12x18”
  • 20x30”
  • 24x36”
Intengo

Okubambe Efasiteleni

Okubamba Emafasiteleni kwethu kuyasebenza nasezindaweni ezibushelelezi. Ungakukhipha futhi ukuphindisele ngaphandle kokushiya ibala. Kukuwazi ukumelana namanzi kanye ne-UV. Kufanelekela ukusetshenziswa endini nangaphandle!

Okunyathelisiwe kuthunyelwa e-US kuphela. Amakhasimende angaphandle kwe-US angathenga okudanilodwayo kwezinga eliphakeme.

Amasayizi
  • 12x18”
  • 20x30”
  • 24x36”
Intengo

Amabhana

Bamba isithakazelo ubangele nenjabulo ngamavayinali ezinga eliphakeme noma amabhana wendwangu. Amabhana ethu aqinile, ayaphatheka futhi anama-grommets enza kube lula ukuhlobisa ngawo endlini nangaphandle. Le yindlela yokonga ekusakazeni umyalezo wakho njengoba uzowasebenzisa ngokuphindaphindiwe.

Okunyathelisiwe kuthunyelwa e-US kuphela. Amakhasimende angaphandle kwe-US angathenga okudanilodwayo kwezinga eliphakeme.

Amasayizi
  • 3x4.5 ft
  • 2x8 ft
  • 4x6 ft
Izinketho Zempahla Okunyatheliselwa Kuyo
  • Ivayinali
  • Indwangu
Intengo

Amamawunti Amile

Nezela ubukhulu obusha embukisweni wakho Ngamamawunti Amile! Mawunta okunyathelisiwe kwakho esisekelini esilula sika-¾". Izimbobo zikhona emuva kwemawunti ukuze uyihenge kalula.

Okunyathelisiwe kuthunyelwa e-US kuphela. Amakhasimende angaphandle kwe-US angathenga okudanilodwayo kwezinga eliphakeme.

Amasayizi
  • 8x12”
  • 12x18”
  • 20x30”
  • 24x36”
Intengo

Imawunti Yekhanivasi

Okunyatheliswa Ebhodini Lekhanivasi kwenziwe Ngephepha Lesithombe Elihle lekhanivasi yekhwalithi yasemnyuziyamu. Okunyatheliswayo kube sekumawuntiwa ku-Gator Foamboard, eyibhodi eliqinile nelinesisekelo esilula. Iqinile futhi angeke iphuphe.

Okunyathelisiwe kuthunyelwa e-US kuphela. Amakhasimende angaphandle kwe-US angathenga okudanilodwayo kwezinga eliphakeme.

Amasayizi
  • 8x12”
  • 12x18”
  • 20x30”
  • 24x36”
Intengo

Okunyathelisiwe Okunefuleyimu

Sinikeza ngokunyathelisiwe okuhle, okulethwa sekulungele ukubukisa ngakho ngokukuhenga ngocingo lwakhona oluqinile! Khetha kumafuleyimu ayizinhlobonhlobo ezinga eliphakeme, ngemibala ehlukahlukene yezinga eliphakeme yeshidi le-acrylic elenezelwe ukuvikela okunyathelisiwe.

Okunyathelisiwe kuthunyelwa e-US kuphela. Amakhasimende angaphandle kwe-US angathenga okudanilodwayo kwezinga eliphakeme.

Amasayizi
  • 8x12”
  • 12x18”
  • 20x30”
  • 24x36”
Izinketho Zokufuleyima (Ukhuni Lwemvelo)
  • Ifulathi Imnyama
  • Ifulathi Ngokwemvelo
  • Ifulathi Imhlophe
  • Ifulathi Ibomvana
Intengo
Ukhetho lwamafuleyimu Okhuni Lwemvelo Oluqinile
  • Efulathi Yokhuni Olumnyama
  • Efulathi Yokhuni Lwemvelo
  • Efulathi Yokhuni Olubomvana
  • Efulathi Yokhuni Olumhlophe
Amathempulethi Adumile ku-PosterMyWall
© 2019 250 Mils LLC, Wonke Amalungelo Agodliwe. I-PosterMyWall iwuphawu lokuhweba le-250 Mils LLC.