Thumela izinto ezikhangayo ezimpawini zenu zamaskrini

Thumela izinto ezikhangayo ezimpawini zenu zamaskrini

Khetha izinkulungwane zamathempulethi e-HD ne-4K ukuze wenze amavidiyo amahle ama-skrini e-TV!

Kulula

Shintsha amathempulethi ngamathuluzi alula

Akubizi

Thola inqwaba yamavidiyo nge PosterMyWall Premium Plus ebhaliselwe

Egobekayo

Shintsha okuqukethwe futhi ukuveze ngokuchofoza okumbalwa

Yobungcwethi

Amathempulethi amahle emiklamo e-HD ne-4K

Kulula Ngendlela Eyisimanga

1

Khetha Ithempulethi

Sesha kumathempulethi ayizinkulungwane bese ukhetha olithandayo.

2

Nezela Okuqukethwe Kwakho

Shintsha umbhalo, izithombe, umsindo namavidiyo ngokwezidingo zakho.

3

Dlala Ezimpawini zakho Zedijithali

Konke ukulungisa kuthunyelwa ngokuzenzekelayo ezikrinini.

Amamenyu Nemibukiso Enyakazayo

Bonisa izitsha zakho eziconsisa amathe ngemenyu enyakazayo noma ukhethe indlela ehalisayo nengcono kakhulu esetshenziswa abathengisi ekukhanyiseni indawo yakho yokudlela futhi udonse iningi.

Ukukhangisa Nokuthuthukisa

Memezela okunikezwayo kwakho kwakamuva, izintengo kanye nezaphulelo ngamavidiyo nezithombe ezikhangayo.

Imicimbi Nezinkomfa

Yenza ukwaziswa okubalulekile kuvelele kulabo abezile. Bonisa amasheduli, izimemezelo noma ukwaziswa okumayelana nomcimbi.

Ukwenza izimpawu

Khuphula uphawu lwakho ngokubukisa ngamavidiyo nemikhangiso ehilelayo ezikrinini zedijithali nxazonke zesitolo sakho, emoli, noma endaweni yokusebenza.

Izici Ezingenakuqathaniswa

Izinkulungwane zamathempulethi obungcwethi evidiyo

Izinkulungwane Zamavidiyo Esitokwe e-HD & 4K

Dawuniloda inqwaba yamavidiyo

Izinkulungwane zeziqephu zemisindo yesitokwe

Faka okwakho okulalelwayo

OKUBUZWA NJALO

Kukhona osayizi abangakanani bezimpawu zedijithali?

Ungathola amathempulethi ophawu lwedijithali ezikrini ze-16:9 ne-9:16 futhi uwakhulise kunoma yiluphi uhlangothi olufunayo uma kudingeka.

Umklamo wevidiyo yami uzodawunilodwa ngayiphi ifomethi?

Ungadawuniloda imiklamo yakho njengamavidiyo e-MP4.

I-PosterMyWall isebenza kanjani nge-CMS yami?

I-PosterMyWall izihlanganisa namasistimu aphambili e-CMS. Uma usakaza kuphathina we-CMS, izinguquko ziyashesha futhi zilula.

Ngingayisebenzisa yini ividiyo yami ngezinjongo zokuhweba?

Yebo, ungaklama izinto ezingokwekhono lakho bese uzisebenzisela ukuhweba uma nje kuvumelana Nesivumelwano Somsebenzisi kanye Nesivumelwano Selayisensi Yesitoko se-Getty.

Kuthunyelwa kanjani ukulungisa ngokuzenzekelayo ezikrinini?

Ungasebenzisa Amathuba Okulungisa ukwenza izinguquko emklamweni wakho lapho usuwuthengile. Iya ekhasini elithi Umlando we-Oda noma lokudaniloda bese Uyalungisa. Umklamo uzovuleka esilungisini. Chofoza elithi Londa nelithi Khiqiza uma sekuqedile. Umklamo wakho uzovuselelwa ngokuzenzakalelayo esikrinini Sophawu Oluphilayo.

PosterMyWall © 2019 250 Mils LLC. Wonke Amalungelo Agodliwe.