Bikelwa Ngamavidiyo Akhangayo

Bikelwa Ngamavidiyo Akhangayo

Khetha kumathempulethi amavidiyweni ayizinkulungwane bese wenza amavidiyo avamile ngemizuzu embalwa

Kulula

Akudingeki makhono okuklama - yiba njengegcwethi

Akubizi

Amavidiyo we-HD Avamile nge-$14.95. Zama amavidiyo mahhala!* *Enophawu lobunikazi

Egobekayo

Khokha uhamba noma ukhetha ipulani. Thola inqwaba yamavidiyo nge Premium Plus.

Yobungcwethi

Amathempulethi amahle emiklamo e-HD ne-4K

Kulula Ngendlela Eyisimanga

1

Khetha Ithempulethi

Sesha kumathempulethi ayizinkulungwane bese ukhetha olithandayo.

2

Nezela Okuqukethwe Kwakho

Shintsha umbhalo, izithombe, umsindo namavidiyo ngokwezidingo zakho.

3

Sakaza Izwi

Sakaza iwebhusayithi, ingosi yokuxhumana, noma izimpawu zezikrini zakho.

Amavidiyo Aphawulekayo

Izindawo Zokudlela

Khangisa ngamamenyu aconsisa amathe

Biza amakhasimende futhi ukhuthaze izintengo ngamamenyu anyakazayo, uphawu lwedijithali kanye namavidiyo omthombo wezokuxhumana.

Amabhizinisi Amancane

Yandisa ukunakwa kophawu

Hlala uphambili ngamavidiyo okumaketha alula nangabizi kakhulu. Thola namakhasimende amasha ngemikhangiso edonsanayo nezikhuthazo zemikhiqizo noma izinsiza.

Imicimbi & Nezindawo

Zibizele ukunakwa ngezimemo ezinyakazayo

Khuthaza imicimbi yakho ngemiklamo enomdlandla. Yenza amaphosta, amaflaya nezimemo ezinyakazayo futhi usakaze izwi emithonjeni yezokuxhumana ngemizuzu.

Uphawu Lwedijithali

Heha amakhasimende akho lapho nje engena esitolo sakho, eshibhini, endaweni yokudlela noma yomcimbi ngezinkulungwane zamathempulethi amavidiyo e-HD ne-4K. Thumela ukuthuthukisa ngefoni noma ibhrawuza ezikrinini zakho zezimpawu.

Vula amaVidiyo angagcini ndawo

Ufuna ukudlulisela ukumaketha kwakho ezingeni elilandelayo? NgoPosterMyWall Premium Plus, yonga imali futhi ujabulele inqwaba yamavidiyo, ufake amafonti akho, ushedule amaphosti akho ezinkundla zokuxhumana nokunye okwengeziwe

Khuphula Ukumaketha Kwakho Ngevidiyo

Amavidiyo ayindlela enhle kakhulu yokuzidonsela ukunakwa ku-inthanethi nasesitolo. Ngokufinyelela iningi nangokuhilela ngezinga elikhulu, amavidiyo abeka ukumaketha kwakho ezingeni elilandelayo.

Ngokukhangisa ngevidiyo, naku ongakwenza
  • Thuthukisa Ukunakwa Kophawu
  • Bonisa Umkhiqizo Wakho Usebenza
  • Nciphisa Izinkulumo
  • Phuthukisa i-ROI
Imikhangiso ye-Facebook
Amaphosti e-Instagram
Okuqukethwe Kwebhulogi
Amamenyu Wendawo Yokudlela
Amavidiyo Omkhiqizo
Uphawu Lwedijithali
Imikhangiso ye-YouTube
Imibukiso Yasesitolo

Izici Ezingenakuqathaniswa

Izinkulungwane zamathempulethi obungcwethi evidiyo

Amathempulethi wesinye nesinye isenzakalo. Atholakala ngamasayizi wazo zonke izidingo zakho.

Izinkulungwane Zamavidiyo Esitokwe e-HD & 4K

Bhrawuza amavidiyo amahle ongawasebenzisa ezingosini zokuxhumana, ezimpawini noma ngokwakho.

Izinkulungwane zeziqephu zemisindo yesitokwe

Bhrawuza ubone izinhlobonhlobo nezitayela ezihlukahlukene.

Faka okwakho okulalelwayo

Faka noma isiphi isiqephu sevidiyo noma umsindo emiklamweni yakho.

Amathuluzi alula

Shintsha ithempulethi futhi uqede ngemizuzu. Uzozizwa ungumpetha!

OKUBUZWA NJALO

Ividiyo engizilayishela yona kumelwe ibe yisikhathi esingakanani uma iphelele?

Amavidiyo alayishiwe angaba yimizuzu engu-10 ubukhulu.

Umklamo wami wevidiyo uzodanilodeka ngaluphi uhlobo?

Ungadaniloda imiklamo yakho njengamavidiyo e-MP4 noma nge-GIF.

Ithempulethi levidiyo libiza imivuzo engakanani?

Kwababhalisile ku-PosterMyWall Premium, amathempulethi evidiyo abiza imivuzo engu-3. Nge- Premium Plus, ungadawuniloda inqwaba yamavidiyo ungayikhokhanga imivuzo.

Ngingayisebenzisa yini ividiyo yami ngezinjongo zokuhweba?

Yebo, ungaklama izinto ezingokwekhono lakho bese uzisebenzisela ukuhweba uma nje kuvumelana Nesivumelwano Somsebenzisi kanye Nesivumelwano Selayisensi Yesitoko se-Getty.

PosterMyWall © 2019 250 Mils LLC. Wonke Amalungelo Agodliwe.