Open accessibility menu Skip to page content

Izithombe Zezinga Eliphakeme, Amavidiyo Nokunyatheliswayo

Kalula nje thuthukisa ibhizinisi lakho nomaphi nge-PosterMyWall!

Amadanilodi Edijithali

Ufuna ukuzinyathelisala? Ungadaniloda isithombe samahhala sezinga elivamile bese uzinyathelisela sona. Sifanelekela amaflaya. Noma, ngenani elphansi ungadaniloda izithombe zezinga eliphakeme ongazinyathelisa esitolo sokunyathelisa osithandayo.

Okudanilodwayo kwamaphosta namaflaya kuyatholakala njenge-JPG, PNG, namafayela e-PDF. Ikhwalithi yefayela lesithombe ingafika naku-3600 wamaphikseli, futhi singanyatheliswa kuze ube ku-8x12. Ifayela Lekhwalithi Yephosta yesithombe ifanekela ukunyatheliswa kuze kube ngu-8 feet.

Sinawo wonke amasayizi emifanikiso yokudumile emithonjeni yezokuxhumana. Ungakhetha ikhwalithi evamile yongakudaniloda mahhala, noma uthuthukele ezithombeni zekhwalithi enhle ngenkokhelo encane. Okudanilodwayo kwemifanekiso yemithombo yezokuxhumana kutholakala ngamafayela e-JPG/PNG.

Ifayela le-PDF elinyathelisa iphosta yakho khasini lencwadi kasayizi 16 nalo likhona. Nyathelisa iphosta enkulu usekhaya!

Amasayizi
  • Istandathi
  • Phrinta
  • Okucace bha
Intengo

Amavidiyo e-4K ne-HD

Yenzela abalandeli bakho basezingosini zokuxhumana amavidiyo akhangayo, iwebusayithi noma ekhangiswa esitolo. Dawuniloda imiklamo yakho njengamafayili evidiyo noma ama-GIF anyakazayo e-4K noma e-HD egcwele. Ungabukela izinkulungwane zeziqephu zemisindo emnandi yesitokwe, izinguquko zomculo noma umsindo ukuze uhlobise imiklamo yakho noma wenezele okulalelwayo kwakho.

Lungisa, shintsha usayizi futhi unciphise kalula amavidiyo akho kunoma iyiphi iplatifomu yesezingosini zokuxhumana.

Amasayizi
  • 4K
  • I-HD Egcwele
Izinhlobo
  • MP4
  • GIF
Intengo